Amukela Indumiso Yethu (Umkhuleko)

Artist: Congress MusicFactory
Produced By: Congress MusicFactory
Album: Siyakubabaza

Ngikunika izibongo zami. Ngiyabonga Jesu. Ngiyabonga Nkosi. Ngiyabonga Somandla. Ngiyabonga Mdali wami. Ngiyabonga Nkosi yami, Msindisi wami, Nkulunkulu wami. Ngiyakudumisa Ngiyakubabaza. Ngiyakuphakamisa futhi ngikwenza mkhulu. Wena wedwa ufanelwe ukwamukela izibongo zami, Ngiyakubonga, Wena wedwa ufanelwe ukwamukela izibongo. Ngiyakubonga, Ngiyabonga Nkosi, Ngiyabonga Nkosi.