Hlala Kithi (Umkhuleko)

Akuthi uMoya owawuhleli kuJesu uhlale nakithi. uMoya weNkosi uhlale phezu kwethu. Awuhlale phezu komndeni wami. Ongathi uMoya weNkosi ungahlala phezu kokuphila kwami, phezu komyeni wami, phezu komkami. Ongathi uMoya weNKosi ungahlala phezu kwabantwana bami. Ongathi uMoya weNkosi ungahlala ebandleni (lethu) kwiCOMMUNITY yethu. Ongathi uMoya weNkosi ungahlala ekuphileni kwami, sisaqhubekela phambili, siqhubekela phambili. Siya phambili enhlizweni kaNkulunkulu lapho abantu bengakaze baye khona ngaphambilini, siya ekupheleni kwesikhathi.

Leli ilanga elihle embusweni kaNkulunkulu. Amen?