
Sibonga Igama
[Khorasi]
UThix’ uphakeme uphezulu
INkos’ iphakeme iphezulu
Akekh’ ophakeme nophezulu
Sibong’ igama laKho
[Vesi 1]
Wonk’ amandla angawaKho Nkosi
IZwi nomyalo kus’nik’ impilo
Uk’phila kweth’ sik’nikela kuWe
Sibong’ igama laKho
[Vesi 2]
Nkosi Jesu siyakubabaza
Simemezela ubuhle baKho
Ngokubonga sikhothama kuWe
Sibong’ igama laKho